Song: Egoli
Artist:  Cici
Year: 2021
Viewed: 14 - Published at: 4 years ago

[Verse 1]
Kuthi angithath' iykhwama ngihambe ngiduke nezwe
Ngoba umoya wami wona wonakele
Bathi eGoli amaphupho ayathengwa, mina anginasenti
Nalel' toho ebenginalo lona ling'phelele

[Pre-Chorus]
Abantabam', abantabam' ngiyobondla ngani na?
Umyeni wami, umyeni wami, hhay' ung'shiyile mna
Nohulumeni, uhulumeni, akanandaba nathi, oh

[Chorus]
Yini na?
Yini na?
Oh yini na?
Ngabuthwal' ubunzima, yini na?
Shwele!

[Verse 2]
Bathi impilo eyabo abomelele
Mangabe ngikonile Nkosi thethelela!
Kush' ukuthi ngophumula mhla ngilele, mmh
Oh maye, ooh
[Pre-Chorus]
Abantabam', abantabam' ngiyobondla ngani na?
Umyeni wami, umyeni wami, hhay' ung'shiyile mna
Nohulumeni, uhulumeni, akanandaba nathi, oh

[Chorus]
Yini na?
Yini na?
Oh yini na?
Ngabuthwal' ubunzima, yini na?
Shwele!

[Bridge]
Yini na?
Yini na?
Yini na?
Ngabuthwal' ubunzima, yini na?

[Chorus]
Yini na?
Yini na?
Oh yini na?
Ngabuthwal' ubunzima, yini na?
Shwele!

( Cici )
www.ChordsAZ.com

TAGS :