Song: Ngifuna Wena
Artist:  Yanda Mtee
Year: 2021
Viewed: 8 - Published at: 6 months ago

[Intro]
Ngikunika lonk' uthando lwami
Akekho muny' engim'thanda njengawe
Nhliziyo yami
Ingeyakho yonke

Ngikunika lonk'uthando lwami
Akekho muny'engim'thanda njengawe
Nhliziyo yami
Ingeyakho yonke

[Chorus]
Ngifuna wena
Akekho munye
Ngifuna wena
Akekho munye

Ngithanda wena
Akekho munye
Ngithanda wena
Akekho munye
[Vers 1]
Ohh ntombazan' uyang'chaza
Indlel' ong'buka ngayo
Noma usung'bamba
Nhliziy' igcwal' uthando

[Bridge]
Ang'kwazi uk'phila
Umungekh' eduze
Ngyak'dinga lana
Ngiding' uthando lwakho

Ang'kwazi uk'phila
Umungekh' eduze
Ngyak'dinga lana
Ngiding'uthando lwakho

[Chorus]
Ngifuna wena
Akekho munye
Ngifuna wena
Akekho munye

Ngithanda wena
Akekho munye
Ngithanda wena
Akekho munyе
[Vers 2]
Mangibona wena
Ngivele ng'shawo valo
Wеn' ulubambo lwami
Futh' akekho munye

Mangibuk' emehlweni akho
Kugcwel' uthando
Nhliziyo yami
Ingeyakho yonke

Mangibona wena
Ngivele ng'shawo valo
Wen'ulubambo lwami
Futh'akekho munye

Mangibuk'emehlweni akho
Kugcwel'uthando
Nhliziyo yami
Ingeyakho yonke

[Bridge]
Ang'kwazi uk'phila
Umungekh'eduze
Ngyak'dinga lana
Ngiding'uthando lwakho
Ang'kwazi uk'phila
Umungekh'eduze
Ngyak'dinga lana
Ngiding'uthando lwakho

[Chorus]
Ngifuna wena
Akekho munye
Ngifuna wena
Akekho munye

Ngithanda wena
Akekho munye
Ngithanda wena
Akekho munye

[Chorus]
Ngifuna wena
Akekho munye
Ngifuna wena
Akekho munye

Ngithanda wena
Akekho munye
Ngithanda wena
Akekho munye

( Yanda Mtee )
www.ChordsAZ.com

TAGS :